i-IPS yakqalwa ngo 2004,kusukela leso sikhathi i-IPS ikhulile futhi isakhula kahle iphuma phambili
ekuthengiseni ama-off plan South African property emazwini angaphandle.
i-IPS imarketa iproperty e-Engilandi nase Australia,sibhekisisa ama development amasha ngoba ama development amasha anika abathengi ithuba noma banga kuphi emhlabeni.
i-IPS ikunika iymphendulo kanye nosizo : ivili lama property investors,elizosiza ukuthi iynkinga zingabi zinenge futhi i-IPS izama ngazonke izindlela ukusiza ngezinkinga ezingavela.
i-IPS ichita isikhati esinengi ebasebenzeni bayo ukuthi yonke into ihambe ngendlela kusukela ekuqaleni ukukhetha kwakho ukuthi uyothenga kuphi indawo kuze kuyovalwa.Nge customer service yethu sizibona sihamba phambili,sikusiza ngendlela ukuthi konke kuhambe kahle ngosizo elalabo abazi kakhulakazi kanye ne qembu lethu le after sales likhu phatha kahle….

